Ezomhlaba

Lumi kanje uhlelo lomhlangano kaRamaphosa noTrump

LUMI kanje uhlelo lomhlangano wokubhunga ngezamazwe oluphakathi kukaMengameli wakuleil uCyril Ramaphosa noMengameli wase-USA u Donald Trump.

Isikhathi sase-USA nesikhathi saseNingizimu Afrika

11:30 AM – 17:30PM

UMengameli wase-USA uDonald Trump uzokwamukela uMengameli uCyril Ramaphosa eWhite House.

11:35 AM 17:35PM

UMengameli Cyril Ramaphosa uzosayina ibhuku lezivakashi.

11:45 AM 17:45PM

Isidlo sasemini phakathi kukaMengameli Cyril Ramaphosa noMengameli uDonald Trump.

12:45 AM 18:45PM

Umhlangano phakathi kwaMengameli uDonald Trump noMengameli uCyril Ramaphosa

13:30 AM 19:30PM

UMengameli uCyril Ramaphosa uzobe esevalelisa eWhite House