Ezokokungcebeleka

Kuboshwe umculi wamaPiano eMozambique

UBOSHELWE ukungalubhadi emcmbini abeqashwe ukuyonandisa kuwona umculi wakuleli uScotts Maphuma.

UScotts Maphuma uboshwe eMozambique mayelana nokungabonwa nangokhalo emcimbini wezingane obizwa ngeNational Children’s Festival abebhekwe ngabomvu kuwona.

Ngokwemibiko esavele okwamanje, ubekade eqashiwe futhi nemali yokunandisa esekhokhelwe.

Umbikko weMDN News uthi ucaphune uScvotts Maphuma eveza ukuthi ukungalubhadi kwakhe kulo mcimbi kungenxa yokungaphathwa kahle kwakhe.

Nakuba eboshiwe kodwa usheshe wakhululwa.

Udaba oluqhubekayo lolu.