Skip to content
Izindaba ezintsha:
  • Kumshubele umculi obhekene nezinsolo zokuzama ukubulala abane
  • Zizovela enkantolo izelamani ezithinteka ekufeni kuka-AKA
  • Bakhonjwa kwiMK Party ababhajwe empini e-Ukraine
  • Zilandwe eSwatini izelamani ezithinteka ekufeni kuka-AKA
  • Umunyu uRasta enikela ngesithombe emndenini wenyanga yaseManguzi
Ezisematheni

  • Izindaba
  • Ezemidlalo
  • Ezokokungcebeleka
  • Umgosi
  • Ezenkolo
  • Ezomhlaba
  • Ezomnotho
Izindaba

Injabulo uSelbyonce ejoyina iGagasi FM

20 June 2025 Admin

UMENYEZELWE njengelungu elisha lomsakazo iGagasi FM uSelby “Selbyonce” Mkhize.


Lesi silomo somsakazi esivalelise kuKhozi FM ngoLwesithathu, sizosebenza ngokubambisana neKings of The Weekend okunguDJ Naves noSphectacula.


KwiGagasi FM, uSelbyonce uzoshayela uhlelo iFast Lane engena ngo-3 kuya ku-6 ntambama.


Kuzokhumbuleka ukuthi iGagasi FM ngomunye wemisakazo uSelbyonce avele abesifela ngawo.


Ukushiya kwakhe uKhozi FM kujabhise abaningi kodwa abanye baphinda bajabulela ukuthi uthole amadlelo aluhlaza.

Nazi ezinye izindaba ongazithanda

Ubuyela enkantolo osolwa ngokubulala uthisha waseSikhethuxolo

10 April 2025 Admin

Ezintsha ngodaba lwababulawe eMlazi

17 May 2025 Admin

UShivambu usexolise ngodaba lwezidakamizwa kuNdhlela

27 June 2025 Admin

Izindaba zakamuva

Sekusemome ukuthi ivalwe thanqa i-Assmang
Ezomnotho

Sekusemome ukuthi ivalwe thanqa i-Assmang

2 July 2025 Admin
Umunyu kuphelezelwa isihlabani somlingisi u’Cobrizi’
Izindaba

Umunyu kuphelezelwa isihlabani somlingisi u’Cobrizi’

7 June 2025 Admin
Ubhodla umlilo uGayton ngokuhlanjalazwa kwamaKhaladi
Izindaba

Ubhodla umlilo uGayton ngokuhlanjalazwa kwamaKhaladi

7 August 2025 Admin
Kufezeke iphupho likaSho Madjozi namuhla
Izindaba

Kufezeke iphupho likaSho Madjozi namuhla

15 August 2025 Admin
Usolwa ngokwedelela amaZulu umgubho waseMelika
Ezokokungcebeleka

Usolwa ngokwedelela amaZulu umgubho waseMelika

11 April 2025 Admin
Kuboshwe umzukulu kaMandela eGibhithe
Izindaba

Kuboshwe umzukulu kaMandela eGibhithe

14 June 2025 Admin
UMkhwanazi angase athathelwe izinyathelo zomthetho uma engaxolisi
Izindaba

UMkhwanazi angase athathelwe izinyathelo zomthetho uma engaxolisi

3 August 2025 Admin
Kulindwe isinqumo ngecala lika-‘Please Call me back’
Izindaba

Kulindwe isinqumo ngecala lika-‘Please Call me back’

31 July 2025 Admin

Copyright © 2025 Ezisematheni. All rights reserved.