Sibhekwe ngabomvu isigwebo ecaleni likaDiddy
USean “Diddy” Combs utholwe engenacala lokushushumbisa ngezinhloso zezocansi kanye nokwakha itulo
Yize kunjalo utholwe enamacala amabili okuthutha abantu beyodayisa ngomzimba.
Ngenxa yobucayi becala, uDiddy angahle abhekane nesigwebo seminyaka elinganiselwa ku-20 ebhadla ejele.
Imininingwane yesigwebo isazodalulwa.

