Izindaba

Ucwaningo luveza ukuthi elakuleli lizitika ngamanzi anama-ARV’s

UCWANINGO lwakamuva seluveze ukuthi amanzi aphuzwa kueli anezinhlayiya zemishanguzo yokuthithibalisa igciwane lengculazi (ARVs).


Amanzi aphuzwayo anama-ARV kubalwa awemifula, awasemadamini, kanye namanzi ompompi ahlanzekile.

Lolu cwaningo lwenziwe yiNyunivesi yaseNorth West kanti luthole amazinga ama-ARV anjenge-lopinavir ne-efavirenz ezansi nomfula ezikhungweni zokuhlanza amanzi angcolile.


Lokhu sekulethe ukukhathazeka njengoba kubeka isithombe sokuthi iNingizmu Afrika iphuza amanzi angcolile.emithelela yemvelo nempilo yabantu.