Indida kutholakala izandla zomuntu ezinqunyiwe
INZUKAYIKEYI kutholakala izandla zomuntu ezimbili zezandla ezinqanyulwe ezihlakaleni ngasemgwaqweni eTrenance Park, Kwazulu Natal.
Ithimba labaphenyi bakwaReaction Unit South Africa (RUSA) lincinzwe ilungu lomphakathi libona izitho zesilwane noma zomuntu zigoqwe ngendwangu emhlophe enegazi.
Ekulandeleni umkhondo kutholakale izandla nolimu lwesilwane phakathi eduze kodonga lomngcele wesikole samabanga aphansi.
Njengamanje amaReaction Officer aqhuba uphenyo endaweni efuna isidumbu somuntu

