Liphinde lahlehla icala lokubulawa kuka-AKA
LIHLEHLELE uJune 19 wonyaka ozayo icala lebasolwa abahlanu ababhekene necala lokubulalwa komculi wehip hop u-AKA omngani wakhe uTIbz.
Leli cala bekufanele liqale isigaba sokuqala sokuqulwa kwalo namuhla eNkantolo eNkulu eThekwini.
U-AKA noTibs wadutshulwa wabulawa ngoFebruary 10 2023 engaphandle kwendawo yokubumnandi kuFlorida Road eThekwini.

