Isithi khumu inkakha yomsakazi weGagasi FM
ISILOMO somsakazo iGagasi FM sesishiye lomsakazo.
UDJ Vumar obesehlale iminyaka engu-13 esakaza izinhlelo okubalwa kuzona iV Sessions neSunday Sundowners.
Ukushiya kwakhe kwethuse abaningi kanti kubikwa ukuthi kungenxa yokufuna ukubheka kabusha impilo yakhe.
IGagasi FM limfisele okuhle kodwa uDJ Vumar, laphinda labonga ukusebenzisama okuhle okube khona.
UDJ Vumar uzakhele igama ngokuba ngomunye wabasakazi abambalwa abazihloniphayo nogcina impilo yakhe inengazigigaba.

