UTrump ufisa iNingizimu Afrika iphume kwi-G20
UMENGAMELI wase-United States of America (USA) uDonald Trump uthe iNingizimu Afrika akufanele ibe ngeliye lamazwe akwi-G20.
Ngokombioko weSABC, uTrump ubephawula ngeG20 Summit ezoba lapha eigizimu Afrika kusukela goovember 22 kuya ku-23 eGoli.
Uphinde amazwi akhe angaphambilini okuthi, ngeke ayethamele lengqungquthela.
“INingizimu Afrika akufanele ibe khona ikhona nje ko-G,” kusho uTrump ngesikhathi ekhuluma engqungqutheleni eMiami.
Nakuba esho kanje uTrump kodwa iPhini likaMengameli uJD Vance kulindeleke ukuba libe khona emhlanganweni wabaholi, azomela uTrump.

