Kuboshwe ababili ngecala lokubulawa kukaTete
Amaphoyisa asebophe abasolwa ababili mayelana nokubulawa ko mshayi sibhakela uZolani Tete.
UTete udutshulwe wabulawa izolo e-e-NU 17, eMdantsane.
Ukuboshwa kwalaba ababili kube yuisiqalo nje jengoba amaphoyisa ethi abheke ukuthi kuboshwe abanye abaningi ngalesi sigameko.
Abasolwa ababili ababoshiwe baneminyaka engu-30 no-22 kanti baboshwe eKu Gompo izolo ngoMgqibelo kulandela upheyoo olussheshayo oludidiyele amaphoyisa amahlelo ahlukene.
Njengamanje basesitokisini futhi baphenywa ngezisolo zokubulala nokuzama ukubulala njengoba kukhona owesifazane osinde ngokulambisa nolimale kabi.

