Skip to content
Izindaba ezintsha:
  • Kuboshwe izikhulu zikamasipala ngezinsolo zokugwazisa
  • Inkantolo ibafihle ubuso abesifazane babhekene nelokubulala
  • Ulahlwe phansi ngenhlamvu oweWest Gang
  • Isililo kushona owaduma ngombango wengoma yonyaka kuKhozi FM
  • Uvalo kuvela ezokuthunjwa kuka-Owen Ndlovu
Ezisematheni

  • Izindaba
  • Ezemidlalo
  • Ezokokungcebeleka
  • Umgosi
  • Ezenkolo
  • Ezomhlaba
  • Ezomnotho
Izindaba

Ngeke isaba khona inkulumo yeSilo ebheke esizweni

2 November 2025 Admin

ISIHOXISIWE inkulumo yeSilo uMisuzulu KaZwelithini ngesizwe samaZulu, ebekuhlelwe ukuba ibe kusasa.


Le nkulumo ebibhekwe ngamehlo abomvu ibizokwethayelwa esigodlweni Kwakhangelamankengane kwaNongoma.


Ngokwabaseduze nendlunkulu, kuvela kancane ukuthi Isilo sidinga isikhathi esanele sokuhlangana nesizwe sakwaMkhwanazi esivela kwaMpukunyoni.


Izolo abakwaMkhwanazi bazwakalise ukungenami ngesinqumo seSilo sokunika ingxenye yomhmlaba ocebile ngamagugu omhlaba ngaphansi kokulawula kukaQiniso Ncube.

Nazi ezinye izindaba ongazithanda

Amaphoyisa omkhankaso wokushabalalisa izibhamu

9 July 2025 Admin

Ubonge wanconcoza exoshwa uShivambu

8 August 2025 Admin

Uye kagoqanyawo ozame ukugadla kuqala emaphoyiseni

28 August 2025 Admin

Izindaba zakamuva

Izindaba

Ubulawe ngoyaba lwezinhlamvu ummeli oqavile

2 June 2025 Admin
Ezokokungcebeleka

Indumalo kuphinda kumiswa ikhonsathi kaKeyshia Cole

18 April 2025 Admin
Ezokokungcebeleka

IVuma FM iphumela obala ngodaba lukaJacinta

21 July 2025 Admin
Izindaba

Balale bebaliwe abasolwa ngelokubulala imenenja

10 February 2026 Admin
Izindaba

UCachalia ushaya amakhala ngophenyo lokubulawa kwabezepolitiki

29 August 2025 Admin
Izindaba

Kufe obefunelwa awokuqola izimoto zemali kwaMaphumulo

16 June 2025 Admin
Ezemidlalo

UMotsepe unikele ngoR200 million emqhudelwaneni wabafundi

17 April 2025 Admin
Izindaba

Kujike izinto inyathi ibulala umzingeli wase-USA

7 August 2025 Admin

Copyright © 2026 Ezisematheni. All rights reserved.