Skip to content
Izindaba ezintsha:
  • Liyabuya elenyanga yakwaMashu ebhekene nawokubulala
  • Ingena ingenile imiyalezo eyeseka uL’vovo
  • ‘Ubulawe’ yiqulu labantu obesatshwa eGeorgedale
  • Uvele enkantolo ogwaze owesifazane amanxeba awu-46
  • Iphoyisa lidubule labulala umkalo ngaphambi kokuzidubula
Ezisematheni

  • Izindaba
  • Ezemidlalo
  • Ezokokungcebeleka
  • Umgosi
  • Ezenkolo
  • Ezomhlaba
  • Ezomnotho
Ezokokungcebeleka

Injabulo uGogo Maweni ebusiswa ngamawele

29 July 2025 Admin

ISILOMO sesangoma uGogo Maweni useveze ukuthi usebusiswe ngabantwana abangamawele.


Ngokwencazelo ebhaliwe ehambisana nezithombe, lezi zibusiso zakhe nomyeni wakhe uSabelo Mgube, zifike emhlabeni ezinsukwini ezimbili ezedlule.


Kuzokhumbuleka ukuthi ukuzithwala kwakhe wakudalula eNkantolo yeMantshi yaseProtea esikhathini esedlule.

Kulapho ayencenga khona inkantolo ukuba imnike ibheyili lapho ebhekene necala lokushaya ngenhloso yokulimaza.

Nazi ezinye izindaba ongazithanda

Uyadlondlobala emculweni owayeka esefunda e-DUT

15 May 2026 Admin

Isikhonzi sizoshaqa impahla yenkampani kaSomizi

4 July 2025 Admin

Injabulo uPhakelumthakathi edlala emdlalweni uShaka iLembe 2

17 June 2025 Admin

Izindaba zakamuva

Izindaba

Kuboshwe ababili ngezinsolo zokukokotela izitifiketi zikaMatric

24 March 2025 Admin
Izindaba

Umklomelo kaR60,000 ngomkhondo ecaleni lababulawa eMlazi

14 March 2025 Admin
Ezemidlalo

Kubuye ithemba iSupersport imemezela u-Arendse njengomqeqeshi obambile

21 March 2025 Admin
Izindaba

Kubatshazwa isihluku kubulawa induna yesizwe

14 July 2025 Admin
Ezokokungcebeleka

Isililo kushona owamaPiano engozini enyantisayo

30 August 2025 Admin
Izindaba

Imeya esanda kuxoshwa yi-ANC isolwa ngokugweva nehhovisi

16 July 2025 Admin
Izindaba

Isethenjwa seMK Party sesibuyele ekhaya elidala

18 May 2025 Admin
Izindaba

Inzukayikeyi kosolwa ecaleni likaDJ Warras

2 February 2026 Admin

Copyright © 2026 Ezisematheni. All rights reserved.