Skip to content
Izindaba ezintsha:
  • Liyabuya elenyanga yakwaMashu ebhekene nawokubulala
  • Ingena ingenile imiyalezo eyeseka uL’vovo
  • ‘Ubulawe’ yiqulu labantu obesatshwa eGeorgedale
  • Uvele enkantolo ogwaze owesifazane amanxeba awu-46
  • Iphoyisa lidubule labulala umkalo ngaphambi kokuzidubula
Ezisematheni

  • Izindaba
  • Ezemidlalo
  • Ezokokungcebeleka
  • Umgosi
  • Ezenkolo
  • Ezomhlaba
  • Ezomnotho
Izindaba

Uvalo kusabalala isifo samatele

23 June 2025 Admin

SESISABALELE ezifundazweni ezine isifo samatele.

Umbiko we-eNCA uveza ukuthi lesi sifo esihlasela kakhulu imfuyo siya ngokudlondlobala eGauteng, KwaZulu-Natal, Limpopo,  naseNorth West.

UNgqongqoshe wezoLimo uJohn Steenhuisen uthi uhulumeni ubeke eceleni u-R43 million wokuthenga imithi yokugoma ukulwa nalesi sifo.

Uthi iqoqo lokuqala labangaphezu kuka-900,000 lifike kuleli ngesonto eledlule, livumele ukugoma ukuthi kuqale kule mpelasonto edlule.

USteenhuisen ukuqinisekisile ukuthi i-oda lesibili lisendleleni.

Nazi ezinye izindaba ongazithanda

UMkhwanazi angase athathelwe izinyathelo zomthetho uma engaxolisi

3 August 2025 Admin

Kubatshazwa isihluku kubulawa induna yesizwe

14 July 2025 Admin

Amaphoyisa adubule abebefunelwa amacala abucayi

14 October 2025 Admin

Izindaba zakamuva

Izindaba

Isejele intombazane eqambe amanga ngokudlwengulwa

6 June 2025 Admin
Uzinikele emaphoyiseni owodumo lokushayela edansa
Izindaba

Uzinikele emaphoyiseni owodumo lokushayela edansa

8 April 2026 Admin
Izindaba

Kugwetshwe isiboshwa esisatshwayo ngokudlwengula esinye ejele

27 November 2025 Admin
Ezemidlalo

Indida ngokumiswa kwesikhulu seNetball South Africa

21 April 2025 Admin
Izindaba

Kulindekele izinkumbi zabantu kufihlwa uNathi Mthethwa

12 October 2025 Admin
Zimkhalele obefakaza kwiKhomishana kaMadlanga
Izindaba

Zimkhalele obefakaza kwiKhomishana kaMadlanga

17 July 2026 Admin
Izindaba

ISAPS ixwayisa ngamanga asabalele kuWhatsApp

26 May 2025 Admin
Izindaba

UMaMkhize usolwa ngokwephula umgomo wesehlukaniso

22 November 2025 Admin

Copyright © 2026 Ezisematheni. All rights reserved.